ASIKUQAPHELE konke lapho sihamba khona nxa kuthiwa unesilwane kumbe ekhaya kunesilwane esikhona okufanele sikhishwe. Angiphiki ukuthi abantu bayayisebenzisa imithi emibi yokuthakatha, bakubelethise ...
UKUPHAPHAMA ilanga selishonile kuholele ekutheni iHollywoodbets Sharks ingabi ngelinye lamaqembu amane azibekisele izindawo kweyandulela owamanqamu kwiCurrie Cup njengoba leli qembu laKwaZulu-Natal ...
PHEZU kokuba sekwehlule amaqembu ahlukene ukugqobhoza udonga lweLamontville Golden Arrows kodwa umqeqeshi, uPitso Dladla, akafuni ukukufaka ekhanda lokho. IGolden Arrows iwine okokuqala kule sizini ...
OMUNYE wabaqeqeshi abathathwa njengabaphambili ebholeni lase-Afrika, uPitso “Jingles” Mosimane, wethulwe yiSouth African Football Association (Safa) njengozovala isikhala sikaHugo Broos waseBelgium, ...
KUSALOKHU kuqhubeke njalo ukudideka nokwanda kwemibuzo engenazimpendulo kwabomndeni wesosha lombutho wezempi osekuze kwaphela izinyanga ezintathu laduka, okumanje akucaci futhi akuqondakali ukuthi ...
IMAMELODI Sundowns itabalase yagcina iphume namaphuzu aphelele, yaphumelela ukuvala igebe phakathi kwayo nompetha i-Orlando Pirates inqoba kwiMilford FC emdlalweni weBetway Premiership ngoLwesithathu ...
UStefan Joel Govindraju oneminyaka engu-37 ubudala uvele okokuqala phambi kweNkantolo Yamacala ezohwebo yaseGoli ehlezi ePalm Ridge ngoMsombuluko. UGovindraju ubhekene namacala amaningi avela ...
UKUNGAVEZI ingonyuluka ephelele ngezeluleko azihlinzeka i-ANC ePhalamende, kudale ukuthi kuhoxiswe igama lika-Advocate Griffiths Madonsela (SC), ekuqokelweni ukuhola ubufakazi ekomitini lasePhalamende ...
UZOHAMBELA amabandla ehlukene ngenhloso yokusabalalisa incwadi ayibhalile emayelana nemibono engafani kwezeNkolo, usomabhizinisi, uMnuz Thabani Zungu. Uveze lokhu ngesikhathi enenkulumo ekhethekile ...
NGESONTO oKlebe babophe umsolwa oyedwa mayelana necala lenkohlakalo eSibhedlela saseTembisa elibandakanya izigidi ezingama-R635. Lo muntu oneminyaka engama-37 uboshwe esikhumulweni sezindiza i-OR ...
IPHOYISA elivule usuku liqeqebula kwiKhomishini kaMadlanga izolo, liphothule ubufakazi balo selibindwa yisidwa, lihlulwa wukuchaza ngezizumbulu zemali ebelizithola. UColonel Deena Govender woKlebe ...
LITHUNGATHA ozohola ubufakazi ikomiti lasePhalamende, elicubungula ukukhishwa kukaMengameli Cyril Ramaphosa, ngokutholakala kwezishaqane epulazini lakhe eliseLimpopo, iPhala Phala. Leli komiti linqume ...