OMUNYE wabaqeqeshi abathathwa njengabaphambili ebholeni lase-Afrika, uPitso “Jingles” Mosimane, wethulwe yiSouth African Football Association (Safa) njengozovala isikhala sikaHugo Broos waseBelgium, ...
IMAMELODI Sundowns itabalase yagcina iphume namaphuzu aphelele, yaphumelela ukuvala igebe phakathi kwayo nompetha i-Orlando Pirates inqoba kwiMilford FC emdlalweni weBetway Premiership ngoLwesithathu ...
KUSALOKHU kuqhubeke njalo ukudideka nokwanda kwemibuzo engenazimpendulo kwabomndeni wesosha lombutho wezempi osekuze kwaphela izinyanga ezintathu laduka, okumanje akucaci futhi akuqondakali ukuthi ...
BALINGANISELWA ku-800 000 abantu besiFunda iLembe abazohlomula ngokwakhiwa kwesibhedlela sengqondo KwaDukuza, iGeneral Gizenga Mental. Lokhu kuvezwe uMphathiswa wezeMisebenzi yoMphakathi ...
Amaphoyisa abophe indoda yaseNingizimu Afrika eneminyaka engu-54 ubudala okusolwa ukuthi oshushumbisa izidakamizwa esikhumulweni sezindiza i-OR Tambo International Airport ngoLwesine ekuseni. Kubikwa ...
UBASOLE ngokuzama ukukhipha uMengameli Cyril Ramaphosa esikhundleni, abamnyundela ngodaba lokutholakala kwezishaqane zamadola aseMelika, epulazini lakhe eliseLimpopo, iPhala Phala. Ummeli kaRamaphosa, ...
“Ngiyabakhumbula umama nobaba.” Umyalezo ozwakalisa usizi olukhulu, ovela endodakazini encane yamaphoyisa abulawa ngesihluku, uSabeilewe noLucky Mogashoa, uveze obala ubuhlungu esabhekene nabo ...
UKUHLABANA kwakhe ngendondo yeMale Road Running Athlete of the Year ukuthatha njengesikhuthazi esikhulu ekukhipheni unyawo nakweminye imijaho umgijimi wePhantane Athletics Club, uCwenga Nose. UNose ...