UStefan Joel Govindraju oneminyaka engu-37 ubudala uvele okokuqala phambi kweNkantolo Yamacala ezohwebo yaseGoli ehlezi ePalm Ridge ngoMsombuluko. UGovindraju ubhekene namacala amaningi avela ...
ITSHE limi ngothi kwabe-ANC okusale amagama abo ngesikhathi kubhaliselwa abazongenela ukhetho njengoba inhlangano eyengamele ukhetho, i-Independent Electoral Commission (IEC), ikuphika ukuthi kube ...
Abasolwa ababili baboshwe eDelareyville, eNorth West, kulandela umsebenzi oholwa ezobunhloli ohlose abauhweba ngezilwane zasendle okungemthetho ku-inthanethi. Amaphoyisa athole ulwazi lokuthi kukhona ...
IMAMELODI Sundowns Ladies izobhekana neqembu elivikela isicoco futhi elingosokhaya, iGaborone United, emdlalweni owandulela owamanqamu womqhudelwano weCosafa wokuhlungulela iCaf Champions League.
ABAHLELI bendumezulu yomcimbi kamaskandi, Impucuzeko Maskandi Festival, obusePeople’s Park, eMoses Mabhida Stadium, bathi bazomemezela maduze ngokuhlonishwa komculi ongasekho uMtshengiseni “Indidane” ...
LITHUNGATHA ozohola ubufakazi ikomiti lasePhalamende, elicubungula ukukhishwa kukaMengameli Cyril Ramaphosa, ngokutholakala kwezishaqane epulazini lakhe eliseLimpopo, iPhala Phala. Leli komiti linqume ...
UKUBA sobala kwethalente likaMpho “Phopho” Phadime we-Orlando Pirates akufanele kumvumvukalise ikhanda, angabe esaqeqesheka ngoba ngeke afinyelele lapho okugcine khona abanye abaphiwe njengaye ...
Luyaqala uhambo olusha kubantu abasha angu-2000 abajoyina umbutho wamabhutho. Laba bayakhunjuzwa ukuthi akulona iholidi leli, kodwa bazobhekana nezinselele ezinzima futhi badlule ekuqeqeshweni ...
ABAHOLI i-IFP efolosa ngabo embangweni wesikhundla semeya nesephini lemeya kumasipala oyisizinda somnotho wesifundazwe iKwaZulu-Natal, iTheku, baxwayise ngobukhulu bezinkinga ezikhungethe umkhandlu.
YIZE ethi ikusasa alaziwa kodwa umlingisi waseMlaza, uLuyanda Zwane, uthi akasazimisele ukuphindela emuva emidlalweni ewuchungechunge, kodwa usebheke ekutheni aqhubeke akhule emidlalweni ekhonjiswa ...
U-Duane "Keffe D" Davis, owayengumholi weqembu lezigebengu lase-Los Angeles, utholakale enecala ngoMsombuluko enkantolo yase-Las Vegas ngokubulawa koMrepha odumile u-Tupac Shakur ngo-1996. Emuva ...
UBONGA ukwethenjwa ngethuba lesibili lokubuyisa umdlalo iSoul City, owashisa izikhotha ngeminyaka yama-90s, uqwashisa ngeHIV, umlingisi osengene shi ekuqondiseni nasekukhiqizeni imidlalo ...