UMNYANGO wezeMpilo kuleli usuwehlise itwetwe kubantu asebethola imithi namaphilisi angafani nabawajwayele ukuthi aphephile, futhi akukho okushintshile ngawo. Okhulumela umnyango, uMnuz Foster Mohale, ...
Amaphoyisa abophe indoda yaseNingizimu Afrika eneminyaka engu-54 ubudala okusolwa ukuthi oshushumbisa izidakamizwa esikhumulweni sezindiza i-OR Tambo International Airport ngoLwesine ekuseni. Kubikwa ...
UCWANINGO olusanda kwenziwa wongoti bezempilo seluveze ukuthi ukucindezeleka emqondweni kungaba nomthelela ekuguleni okwenzeka emzimbeni womuntu nasekutheni abantu abagulayo belapheke kanjani, okunye ...
INingizimu Afrika ingalindela isimo sezulu esihlukahlukene ngoLwesihlanu, umoya onamandla, izimo ezifudumele kakhulu kuya kwezishisayo kwezinye izindawo, kanye nemvula encane kanye nemvula ehambisana ...
SIYINDABA egudwini kubantu waseNyonyane, eMthwalume, isenzo samaNazaretha okuthiwa adikile umngcwabo womyeni womkhokheli waleli bandla emva kokugejana ngenkulumo namabutho. NgeSonto bekuthunwa uMnuz ...
Amaphoyisa aqale umkhankaso wokuzingela indoda eneminyaka engu-41 ubudala efunelwa ukubandakanyeka ekubulaleni abantu abathathu—okubalwa kubo isithandwa sayo—ababulawe ngokugencwa ngehalavu eduze ...
UBAFUNA ezikiti ababehola amamashi okuchitha abokufika kuleli, oNgizwe Mchunu noNkosikhona Phakel'umthakathi Ndabandaba, umholi we-EFF uMnuz Julius Malema. UMalema ubuze uMengameli Cyril Ramaphosa ...
ICity Power ibika ukuthi uyaqhubeka usulungile ugesi ophazamiseke ngemuva kokuqubuka komlilo ebhulohweni lwesiteshi saseFordsburg ngeSonto ntambama. Ngokusho kweMeya yaseGoli uDada Morero, iCity Power ...
UMCULO wesicathamiya ngeke uphinde ufane nakuqala kulandela ukufukulwa ngolwazi kwamaqembu kwiCothoza Nezakho: Nombika Black Boys vs Inkululeko ePlayhouse Drama Theatre ePlayhouse, eThekwini muva nje.
LIZOSEBENZISA uchungechunge lokuqala ngqa lwe-T20 elizoludlala nomakhelwane iZimbabwe ukuhlola abadlali abasebancane iqembu lesizwe lekhilikithi labesifazane. AmaProteas neZimbabwe bazodlala imidlalo ...
INJINI yeKaizer Chiefs, uSiphesihle Ndlovu, iphosele inselelo ozakwabo ngokuthi baqhubeke nezinga abalikhombise bebhekene neMamelodi Sundowns uma sebevakashele iRichards Bay FC emdlalweni weBetway ...
Inkantolo kaMantshi yaseGoli ihlehlisele umhla ka-25 ku-Agasti 2026 icala lika-Oupa Brown Mogotsi, oneminyaka engama-45 ubudala, ukuze kuvunyelwe uhlangothi oluvikelayo ukuba lufake isicelo sesithathu ...